Ngesayensi

Igama lesayensi lika-Mabusane (Iqwaningi) ngu-Capparis tomentosa, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"woolly caper bush" noma i-"African caper". Lesi isihlahlana esingowomndeni wezitshalo i-Capparaceae, esivela e-Afrika.

Mabusana umuthi

Mabusane / umabusana umuthi uyangena emthini wecala. Iqwaningi (umabusane/umabusana) Uyangena emithini yokuvusa induku, uyangena kwimbiza yokuthola abantwana. Uyangena emithini yokukhipha isilwane. Uyangena ezifweni eziningi, isifo sikashukela, i-bp, ama ulcers njalo njalo. Umabusana umuthi uyangena emthini yokufuna isikweletu. Umabusana umuthi futhi uyangena emthini yokushaya umthakathi.

Umabusana njengoba igama lawo lisho, lomuthi uyangena emithini yokuphatha, uyangena emithini yokubusa, uyangena emithini yesikhundla.

Wenzani umabusane? Uses and benefits of umuthi umabusana ukuphupha umuthi umabusana/umabusane ngabe kuchazani?

Video efundisa ngomuthi umabusana



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Ilabatheka / African potato isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Liyangena kwisikhafulo, ilabatheka, liyaphuzwa, liyaphalaza, liyachatha, liyakilina, lixosha imimoya namaphupho amabi uma ulisebenzisa, lenza inkomo tight kubantu besifazane babe mnandi nasembhedeni, kubantu besilisa liyavusa induku, ufaka emithini yentelezi ayathakathi.
UMSANKA isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Welapha isichitho, iphunga elibi emzimbeni, isilwane, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuthi idlozi lokhulume nasegobongweni uyangena.
Gobho isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Ungena emithini yokumithisa, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuvusa induku, ungena emithini elapha ama periods abuhlungu. Uyaphuzwa abantu besifazane uku service ikhekhe. Uqeda iphunga langsese kubantu besifazane. Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokukilina isibeletho. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwimbiza yomhlume.